Trending video in South Africa


Blaq Diamond – Memeza ft Sjava (Audio)



A master collaboration between Ambitiouz Entertainment Afro-pop artists, Blaq Diamond and Sjava. This song is titled Memeza and it is all about people pulling the disappearing act when you need them.

LYRICS:

[Intro]
Uh Wewuh
Hhalala yeh hhe eh mmm
Uh we, uh we, uh we, uh we, uh Wewu
Uh we, uh weh, (uh Wewu)
Uh we, uh we, uh we, uh we, uh Wewu
Uh Wewu hhaaayi uh Wewu

[Chorus: Sjava x BlaqDiamond]
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me, they need me ngyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me, they need me ngyasabela

[Verse 1: BlaqDiamond]
Webafethu kanti yini eyanenza ningasabeli
Eyanenza ningasabeli mangkhala nami
Bengithi izandla ziyagezana eh
Ziyagezana
Bengithi izandla ziyagezana eh
Zyagezana
Woh kanti ng’namanga ng’namanga ng’namanga ng’namanga ng’yazikhohlisa
Woh kanti ng’namanga ng’namanga ng’namanga ng’namanga ng’yazikhohlisa mina

[Verse 2: BlaqDiamond]
Ngamane ng’themb’ itshe
K’nokuthi ng’thembe umuntu
Eh Ngoba umuntu uzok’jikela es’wini njengo tshwala
Ngamane ng’themb’ itshe
K’nokuthi ng’thembe umuntu
Eh Ngoba umuntu uzok’jikela es’wini njengo tshwala
Aw Ngoba izolo lokhu bafika kimi
Bebedinga usizo, ngabanika
Kodwa mang’badinga ababonwa
Aw Ngoba izolo lokhu bafika kimi
Bebedinga usizo, ngabanika
Kodwa mang’badinga ababonwa
(Bashabalele)

[Chorus: Sjava x BlaqDiamond]
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me, they need me ngyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me, they need me ngyasabela

[Verse 3: Sjava]
Makuwuwe ng’khala nawe
Makuyimi ng’khala ngedwa
Makuwuwe ng’khala nawe
‘Makuyimi ng’khala ngedwa
Seng’qanjwe negama elisha
UmaBizwa Asabele
hlala nami Nkosi
Seng’qanjwe negama elisha weh
UmaBizwa Asabele
Ngithi angi’lfuni
Namhlanje k’nje nje nje
Ingenxa yok’lunga kwami i care too much
Namhlanje k’nje nje njena nje
Ingenxa yo’klunga kwami I care too much

[chorus: Sjava x BlaqDiamond]
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me, they need me ngyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me, they need me ngyasabela

[outro]
Uh we ,uh we ,uh we ,uh we ,uh Wewuh
Uh we , uh weh , (kodwa akekho oSabelayo)
Uh we ,uh we ,uh we ,uh we ,uh Wewu
Uh Wewu hhaaayi (bashabalele)
Sabela ,Sabela ,Sabela Sabela hhaaaa

Follow the artists on Social media
Instagram: @Blaqdiamond150
Twitter: @Blaqdiamond150
Facebook: @Blaqdiamond150

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here